Lona ngumdlalo womsakazo osuhlelwe waba yibhuku. Ugxile ezenzweni zobuqili abadlalelana bona abafokazana abangoSimonyo noNjivana. Indaba isuka ngoSimonyo okunguyena owesulela uNjivana ngecala lokweba imoto, eziphumela ngakho kodwa nje ejele umfo kaMzila engazelele lutho.
More